NGIYABAMBA

ngo GameKyuubi 2013/12/18open in new window

Ngisithayiphe kabili lesi sihlokho ngoba bengazi ukuthi bekungalungile okokuqala. Akukalungi. noma yini.

Intombi yami yaya endaweni yokucima ukoma yezithandani, ngentengo yeBitcoin eyehlayo KUNGANI NGISABAMBILE? Ngizokutshela ukuthi kungani.

Kungenxa yokuthi ngingumhwebi omubi futhi NGIYAZI UKUTHI NGINGUMHWEBI OMUBI. Yebo nina bahwebi abahle niyakwazi ukubona amathuba amahle namabi pitpiffy wing wong wang kanjalo nje futhi nenze isigidi sezimali akunankinga mfowethu.

Ngokunjalo nezandla ezibuthakathaka zifana no-OH CHA KUYA PHANSI NGIYATHENGISA he he he bese bethi OH! NKULUNKULU lapho abahwebi ABAHLAKANIPHILE ABAZIYO UKUTHI BENZANI BAYABUYELA BATHENGE kodwa yazi ukuthini? Angiyona ingxenye yalelo qembu. Lapho abathengisi bethenga kabusha sengivele ngiyingxenye yemakethe ngakho-ke QANGELA UKHOHLISA UBANI abathengisi bosuku HHAYI MINA ~!

Leyomicu eklolodayo ethi "OHH BEKUFANELE UKUTHI UTHENGISE" EWEH NO SHIT. Cha ngabe ngidayise. BEKUFANELE NGITHENGISE IMIZUZWANA NGAPHAMBI KOKUTHI KUTHENGISWE FUTHI KUTHENGWE KODWA UYAZI UKUTHI AKUSIYE WONKE UMUNTU ONJENGAWE.

Uthengisa kuphela emakethe yebhele uma ungumthengisi omuhle wosuku noma i-noob ekhohlisayo. Abantu abaphakathi nendawo bayabamba.

Kumdlalo we-zero-sum ofana nalona, โ€‹โ€‹abathengisi bangathatha imali yakho kuphela uma uthengisa.

Abahumushi
Happy Mahlangu

Abasekeli
BitMEX